Isahluko Sesishiyagalombili

Usuku Lokwahlulelwa

 

 

 

 

 

 

TIJudgment1.gif (17728 bytes)

UKUBUKA NGOKUJWAYELEKILE USUKU LOKWAHLULELWA

KUNGABE KUWUMBHALO OYINGCWELE?

ISIMO ESILAWULA ISIVUMELWANO, UKWAHLULELWA KANYE NOSUKU, UKUCHAZA UKUTHI KUSHO UKUTHINI

IZINSUKU EZININGI ZOKWAHLULELWA EZIQONDISWE EMIBHALWENI  EYINGCWELE

USUKU LOKUQALA LOKWAHLULELWA KANYE NEMIPHUMELA YALO

OKUNYE UKUBEKWA

UMAHLULELI

UKWAHLUKA KOKWAHLULELWA  OKUZAYO

UKUFANA NOKUNGAFANI KOKUQALA NOKWESIBILI UKWAHLULELWA

UMHLABA WANAMUHLA  NOKUBOPHEZELEKA UKUNGENELELA  OKUBILI NOKWAHLULELWA KANYE NOKUTHINTEKA KWAKHO

UBUBANZI NOKUHLUKANA OKULINGANISWE KOKUZAYO UKWAHLULELWA

NANGENDLELA ABAPROFETHI KANYE NABAPOSTOLI ABAKUBONA NGAYO

 

 

Jesus2StainGl.jpg (4683 bytes)

Njengoba umisile usuku ozakwahlulela ngalo izwe ngokulunga komuntu ammisele lokho, enika bonke ithemba ngokumvusa kwabafileyo.”

“Kepha uma umuntu ona sinoMmeli kuYise,
uJesu olungileyo.”

“Ngokuba noYise kahluleli muntu ukunike iNdodana konke ukwahlulela.”

Izenzo 17:31; 1Johane 2:1; NgokukaJohane 5:22

Judgment2.jpg (4919 bytes)

    Umbono ongakhanyi futhi ongacacile ngokukhulu nokunamandla mayelana nosuku lokwahlulelwa.

     Umbono ojwayele ukunakwa ukuthi uKrestu uzofika emhlabeni uhleli phakathi kwamasinagoge aphakeme, futhi uzobizela abangcwele kanye nezoni ngamazinga futhi ababeke phambi kwakhe ukuba bahlulelwe, phakathi nendawo phezulu ngokunyakaziswa kwendaloukuzamazama komhlaba, ukuvuleka kwamathuna, ukuhlephuka kwamadwala nokudilika kwezintaba.

     Lokhu kuthuthumela kwezoni ziyolethwa ekujuleni kwengunaphakade lobuhlungu ukuzwa izono zabo nokulungiselelwa kwazo ukuzwakala ezweni lonke, kuphela ukubuyiselwa futhi kwingunaphakade kokungemusa nesimo esingayikuvimbeka; futhi lokhu abangcwele beyolethwa besuka ezulwini ukufakazela ukungathokozi ukulahlekelwa ithemba kokufa, ukuzwa futhi isinqumo kumacala abo, futhi babuye.

    Ngokulawula kokubhalwe phansi, bonke bathola izijeziso zabo bahlomula ngokufa, futhi lokhu, ngendlela yokuhlukanisa phakathi kwezinto ezimbili  ezifanayo ngokujwayelekile kubizwa ukwahlulela okujwayelekile, impela kuwukuphinda kwalokho kwahlulelwa okukuqala, kepha ngokungenhloso ekholakalayo, njengalokhu bezitshela ukuthi isinqumo esingsokugcina futhi asinakushintshwa ekwenzakaleni kokufa.

Is the
Day of Judgment
a 24-hour day?

    Kumele ngabe isikhathi sonke sinikezelwe kulomsebenzi omkhulu wokwahlulela izinkulungwane kungusuku lonke amahora angamashumi amabili nane. Ukusetshenziswa kwemicabango nemibono ngamazwi kungesikhathi singakanani kulethwe eBrooklyn Cogregation kwazakalisa ukubona okujwayelekile kulesisifundo ithintekile ukunika incazelo ejulile ngokwenzekile ngomsebenzi wosuku lokwahlulelwa, likuveza njengokuphelele kokukaliwe kosuku olulodwa olujwayelekile.

Figurative language

Sheep3.jpg (4123 bytes)
Parable of the
Sheep and Goats

     Lokhu ngumbono odelelayo, futhi uphumile ekuthuleni lapho abantu benona ngeso elilodwa ngezwi elikhuthazayo. Libhalwe lisuswa kokuchaza impela ngendaba emfushane esifundisa ngezimvu nezimbuzi zikaNkulunkulu wethu. (Ngokuak Mathewu 25:31-46) kusibonisa ubulima obuphindiwe ekuzameni ukucinelela ukuhlaziya   okusobala ngaphezu kokusebenzisa amazwi angajwayelekile.

    Indaba emfushane ibe inkulumo eqondile, kepha impela isibonelo esichaza iqiniso ngokuthile okuwukuthi ngokukhulu ukuhlonipha kuyathandeka. Uma lezindaba ezimfishane nezilula zazishiwo ngokusobala ngendlela ukwahlulwa kuyokwenzeka ngayo, kuyokwenzeka futhi kwizimvu nezimbuzi ezingajulile ngendlela okufundeka ngayo, futhi hhayi njengakubantu nhlobo.

   Ake manje sizibuke kwezinye izifundo anye nakweminye imibono ezwakalayo nomsebenzi anye nomphumela yosuku oluhle lokwahlulelwa uJehova alukhombile, ngokuzwakala futhi nezifundo eziphelelisayo nazo zonke izindaba ezimfushane ezifundisa ngemibono yenkolo futhi zivumele.

Judgment
includes a trial,
and a decision
based on the trial.

    Igama ukwahlulela likhombisa kakhulu kunokulula indlela okwenziwa ngayo ngesinqumo esithathwa emva kokubheka okuningi kuhlanganisa nombono wecala anye nesinqumo kusukela kulocala. Futhi lokhu kuyiqiniso hhayi kuphela ngokwesilungu igama ukwahlulela, kodwa futhi nangegama lesigreek ngokuhlaziya.

PKDayA.jpg (4840 bytes)

"Day"
can represent
a period of time.

 

God2F.jpg (3876 bytes)

     Igama usuku, ngokubili izifundo eziyingcwele  kanye nokusetshenziswa okujwayelekile, kepha kakhulu kujwayelekile ukusetshenziswa ukumela isikhathi esiyishumi nambili noma amahora angamashumi amabili nane, kukhombisa ngempela nanoma ngakuphi ukukhanya noma isikhathi  esibalulekile kanjengo kukhuluma ngezinsuku zika Noah, usuku luka Luther, usuku luka Washington, futhi naseBhayibhelini  isikhathi esiningi sokwakhiwa sibizwa ngosuku, lapho sifuna ngakho “usuku uJehova  enza ngalo izulu nomhlaba” (Genesise  2:4)eside isikhathi esiqondile impela.

      Siphinde sifunde “ngosuku lokulingwa ehlane”iminyaka engamashumi amane (Heb 3:8,9) “usuku lwensindiso” (2 KwabaseKorinte 6:2) siphinde futhi nangosuku lokuphindiselela kuJehova,” usuku lolaka futhi “usuku losizi”lokhu kusho isikhathi seminyaka engamashumi amane esisondele  kwisikhathi samaJudasiphinde futhi sifunde “ngosuku lukaKrestu,” usuku lokwahlulelwa “nosuku lwakhe  luhlobene nesikhathi seMillennial, lapho u Mesiya eyobusa khona abuse futhi ahlulele izwe ngokulunga eyonikezela izigwebo kanye nokuba setilongweni.

    Futhi lesosikhathi sibhaliwe: Njengoba umisile usuku azakwahlulela ngalo izwe ngokulunga ngomuntu ammisile lokho enika bonke ithemba ngokumvusa kwabafileyo, iNkosi yaMakhosi, uMbusi wababusi. (Izenzo 17:3, 1 Thimothewu 6:15)

     Kungani kumele lolusuku lokwahlulela lube olweshumi nambili noma amashumi amabili nane, ngesikhathi sibona ukuchaza ngokubanzi ngegama usuku kwizehlakalo ezifanayo, kungaphezu kokuqonda, ngaphandle uma bekholelwe into abangayitholanga isiqiniseko sokuthi iqiniso lokho ngabe bathathwe amasiko, ngaphandle kobufakazi obugcwele noma ucwaningo.

There is more than one Judgment Day
in the Scriptures.

     Labo ngokuqikelela abayobheka ngokuphelele ngokulandelana ebhayibhelini ngokwazisa ngosuku lokwahlulela, futhi baqaphele uhlobo kanye nenani lomsebenzi okumelwe ufezwe ngalesisikhathi, ngokufushane bazobona ubulima nokungazwakali ngokubona okujwayelekile, futhi isidingo sokunikeza igama usuku ukukhombisa okubanzi.

The world’s first Judgment Day
was in Eden.

   Ngesikhathi izifundo ezingcwele zikhuluma ngokwahlulelaokuhle noma icala lekusasa, futhi kuyobonisa ukuthi ngamanani amakhulu abantu kumele aqedele icala futhi nokugwetshwa ngalolosuku, bayafundisa ukuthi futhi kunezinye izinsuku zokwahlulela ngalesikhathi abezinga elithile bake baya ecaleni.

       Ukwahlulelwa kokuqala [icala kanye nokugetshwa] kwakusekuqaleni, ensimini yaseEden, uma ngokugcwele ngokwabantu, ngokubamela kumakhanda abo, uAdam, wama ekwahlulelweni phambi kukaNkulunkulu. Imiphumela yalelocala isinqumo esathathwa emva kokuzwa nokwahlulelwa nokwenzekileUkwaphula umthetho, ukungalaleli, impilo engafanele ukuhlonishwa; futhi inhlawulo abaphushelwe kuyo ayilindelekenga kwakuwukufa “uyakufa nokufa.” (Genesise 2:17) “Ngakho bonke kuAdam babemelwe ukufa.”

      Leso isikhathi secala ensimini yaseEden kwakuwusuku lokuqala lokwahlulelwa kwezwe, futhi isinqumo somahluleli (uJehova) akukaze selokhu baphoqelelwa.

Grave5.jpg (3782 bytes)
Every funeral procession demonstrates the death sentence.

 

 

 

 

 

Death is
like a sleep;
Resurrection is like an awakening.

Lazarus.jpg (4477 bytes)
"Lazarus,
Come Forth!"

“Ulaka lukaNkulunkulu lambuliwe ezulwini ukumelana nokungalungi” kungabonakala kulo lonke uhlelo lemingcwabo.

     Ithuna ngalinye liwubufakazi kulokho. Kuzwakala ebunzimeni nasebuhlungwini esibuzwile konke lokho sifinyelele kwicala lokuqala nokugwetshwa kokuqala okulungile kukaNkulunkulu lokhu kuyimpilo engafanele ukuhlonishwa futhi ngokusempeleni izibusiso zinikezelwa kwindoda uma ilalela ngokuthandwa uNkulunkulu kepha abantu bazotholwa ngokugwetshwa kwecala lokuqala ngokuhlawulelwa bonke, lokhu umhlengi omuhle uzonikezela.

      Bonke bamele baphulwe ethuneni nasekugwetshweni kokufaukuphazamiseka ekuboneni lokuhlazeka okungasayuku hlengeka akusamele kuthathwe njengokufa okugcwele, umqondo wangunaphakade wezwi, kepha okungenani ukulala okwesikhashana, ngokuba  ngokusa kweMillenial bonke bayovuswa ngokuphilaumnikazi uyophelelisa konke  kuyakuba kuphela ibandla elikholwa uKrestu ngokungenjani sebekhululiwe noma “baphulile” kwingempela lokugwetshwa nokujeziswa, ukwaphulwa kwabo akukabi ngokuqinisekiswayo kepha kupheal kuqinisekiswa ukukholwa “sihlengiwe ngethemba” kuphela.

      Empeleni ukukhululwa kwethu kulenhlawulo yokufa (ukukuzwa kuAdam futhi ukwaphula kukho ngokufinyelela kuKrestu) akuzuzwakala ngokugcwele kuze kufike ukusa kokuvuka ekufeni, lapho siyagculiseka ekuvukeni nokufanayo nokoMhlengi.

  Ngokuyiqiniso thina esize ekwazini ngohlelo olumangalisayo lukaNkulunkulu kuKrestu “siphulile kwinkohlakalo le esakhona ezweni” sikude ekufakazeni ukuthi abanye abayikulibona ikusasa nethemba lokwaphula, kunalokho kufakazela ukuphambana kwlokhu; njengalokhu sizithelo zokuqala kuNkulunkulu zezidalwa zakhe.

    Ukuphula kwethu ekufeni kuAdam ekuphileni kuKrestu kepha kuwukuzwa kancane ukuhlengwa ekoneni ubani ofisa ukulethwa ekubeni isinqgila sokufa nakwinkululeko yempilo yangempela kubobonke labo uNkulunkulu azakubabona njengamadodana.

    Bonke labo abayolethwa kusulela ekufeni kuya ekupheleni, kungenandaba nezinga lendalo uNkulunkulu anikezele amadodana akhe ezinhlelweni ezahlukene. Izikhathi sezimfundiso zikaKrestu usuku lokuhlola impilo noma ukufa kulabo ababizelwe kwindalo yokuxhumana noNkulunkulu.

Another
Judgment Day
has been provided.

 

 

 

Jesus11Death.jpg (10555 bytes)

     Kepha uNkulunkulu ukhombe usuku, lapho eyakwahlulela izwe. Kuyokwenzeka kanjani lokho? Kungabe uNkulunkulu useshintshe umqondo? Usahlanganisile ukuthi isinqumo sakhe kwicala kwindoda yokuqala kanye nesigwebo kwakunjengokungalingani, kwakungaphezu kobuhlungu, lokhu manje ehlanganisa ukwahlulela izwe ngalinye na? Cha: Kwakungenjalo, kumele singabi nokuqinisekisa okuncono kwisinqumo nje esikhathini esizayo kwicala kunokudlulile.

     Akusikho ukuthi uNkulunkulu wathatha isinqumo sakhe ngokwahlulela okokuqala ngokungalingani, kepha wayezinikezele ukuhlakazeka okungayikulungiseka kwinhlawulo yokwahlulelwa ngaphansi kakhulu kwizimo zokuthandwa esizweni sonke bonke abathola ukwazi ngesono kanye nemiphumela yaso.

     UNkulunkulu akazange ashitshe nokuncane kwinhloso yakhe yangempela, kulokhu akwenza ngaphambi kokuba kuqale umhlaba ngokucacile wasazisa ukuthi akashitshi, futhi nakancane akalisusi icala.

    Uyakujezisa ngokugcwele njengalokhu ememezele ngakho. Futhi lokho kujezisa ngokugcwele kunikezelwe wuMhlengi noma ummeli lo uNkulunkulu ngokwakhe wamnikezelauJesu Krestu, yena, “ngomusa kaNKulunkulu kwazwakala ukufa noma kuyiphi indoda.”

     Inkosi yethu inikezela ngenhlawulo enkulu kuAdam nebala lakhe. Lokhu kunikezela kumabandla ngaphansi isivumelwano kwabaningi kokuhlawula. (Amahubo 50:5; KwabaseRoma 12:1).

      Ezweni kuyakufa ngaphansi kwesivumelwano esishakwabaseRoma 14:9; Heberu 10:16; Jeremiya 31:31.

       Ngokuqhubeka sazisiwe ukuthi uma uNkulunkulu enika umuntu ngamunye ukuhlolisisa, kuyakuba ngaphansi kukaKrestu njengo Mahluleli, lo uJehova kuzohlonipha kuziqhayise ngoba ngokulalela kwakhe nasekufeni imbala ngokusindiswa kwethu uNkulunkulu umphakamisele phezulu, empeleni nasekuxhumaneni kwindalo kaNkulunkulu, lokhu ezoba iNkosi kanye noMhlengi (Izenzo 5:31) lokhu uzokwazi ukuvuka ekufeni futhi unikezelwe ukwahlulela kulaba abathenga ngegazi lakhe.

   UNkulunkulu unikezele ngethemba konke ukwahlulelwa kwiNdodana yakhe, futhi emnikezele wonke amandla asezulwini nasemhlabeni. Johane 5:22

The Judgment Day – nothing to dread.

 

The character of Jesus guarantees
a just and
merciful trial.

     Kuwukuphakamisa impela, kuwukudumisa uKrestu, owathanda izwe kangaka wanikela ngenhlawulo enkulu impilo yakhe, ubani ozoba uMahluleli womhlaba kwisithembiso esizayo nokuhlolisisa. Futhi kunguJehova uqobo lwakhe omthumele kulelohhovisi, ngaleyonhloso.

    Njengalokhu ngokucacile kuyisimemezelo semibhalo eyingcwele, akunanto ethusayo noma esabekayo, kepha ekuphambaneni kunokukhulu ukujabulela ohlangothini kwakho konke, ekulangazeleleni usuku lokwahlulela.

    Uhlobo lomahluleli ngokugculiseka kuqinisekisa ukuthi ukwahlulelwa kuzoba umusa, futhi ngokumele kubhelisiswe ngokudinga ukunakelelwa kubobonke, kuze kube abafisa futhi abalalelayo babuyiselwe ekuphelelisweni nasempeleni yabo eyalahleka ensimini ya Eden.

There will be justice and relief for the oppressed.

Samson.jpg (5613 bytes)
Samson,
a Judge of Israel

Slavery.jpg (21054 bytes)
Egyptian Slavery

     Umahluleli, ezikhathini ezihlale isikhathi eside, kwakunguye olawula nonikezela ukulingana nokukhulula abacindezelwe. Qaphela, ngesibonelo, kanjani, nini ngaphansi kwengcindezelo kwizitha zabo ngoba bone kakhulu phambi kukaNkulunkulu, uIsrael kwakuyisikhathi futhi kukhululwa, futhi kubusiswa ngokuphakamisela phezulu abahluleli.

     “Kepha uma sifunda, kepha abantwana  bakwa Israel bakhala kuJehova, uJehova wabavusela  abantwana bakwa Israel umsindisi, owabasindisa, …Otheniyeli  indodana kaKenazi, umnewabo kaKabeli uMuya kaJehova, waya phezu kwakhe,wahlulela uIsrael, waphuma impi, futhi waphakamisa izwe lase liba nokuthula iminyaka engamashumi amane.” (Abahluleli 3:9-11)

     Kepha noma umhlaba isikhathi eside ubungaphansi kwamandla encindezelo kwezitha, uSathane, noma ngokushesha lowo owathenga izono zabo bonke ngegazi lakhe uzothatha ngamandla akhe abuse futhi.

    Uzoletha futhi ahlulele labo abathandayo ukubahlenga. Ngalesi siphetho zonke iziprofetho ezimemezelwayo zikholeke.

Kubhaliwe “Uyakwahlulelwa izwe ngokulunga nezizwe ngobuqotho.” Amahubo 98:9

 

wpe6A6.jpg (3883 bytes)


The reign of Christ will be to
educate, train, and discipline man.

 

 

 

 

 


Adam forfeited life by his disobedience.

     Lokhu kwahlulela okuzayo kuyokuba emigomweni efanayo nasekuqaleni. Umthetho ofanayo ngokulalela uzakuvezwa, ngokuhlomula okufanayo kwempilo, futhi nokufanayo nokujeza, okufanayo nokufa.

     Njengoba icala lokuqala seliqalile, laqhutshezelwa, futhi kufike kuvuthondaba ngesigwebo, futhi nokwesibili futhi isigwebo kuyoba ukuphila kwabalungileyo, ukufa kwabangalungile.

     Icala lesibili liyobe lithandeka kunelokuqala, ngenxa yokwani okutholakele ngaphansi kwemiphumela yecala lokuqala. Ngokungafani kwecala lokuqala, ical lesibili kuyoba ileli noma iyiphi indoda iyoma ihlolwe ngayodwana futhi hhayi omunye umuntu.

    Akukho okuyofa ngenxa yesono sikaAdam, noma ngoba kuyindlalifa ngokungagculisi. Akuzushiwo futhi

    “Oyise badlile izithelo zomvini ezimuncu amazinyo abantwana abushelelezi bonke abantu abazidla izithelo zomvini ezimuncu amazinyo abo ayakuba buthuntu.”

     “Umphefumulo owonayo uyakufa.” (Hezekeli:18:4; Jeremiya 31:29,30)

     Futhi kuyakuba iqiniso ngomhlaba ngalesiyakhathi nokuyikho ebandleni manje lokhu indoda ngeke yahlulelwe kwakumele njengalokho umuntu anakho, kunge njengalokho angenakho. (2 Korinte 8:12)

     Ngaphansi kokubusa kukaKrestu, umuntu kancane ngokungajahi uzofundiswa qeqeshwe futhi benziwe qothokuze kufike ekupheleni, futhi uma sekufike ekupheleni okuphelele ukuhlangana kokumtoti noNkulunkulu kuyafunakala, noba ngubani labo abahlulwa ukulalela okuphelele bayosuswa, bayokwahlulelwa ngokungafanekile empilweni.

      Isono esisilethele ukufa kulesizwe ngoAdam kwawukungalaleli nje kukodwa; kepha ngalokho kwenza wawa ekupheleni kwakhe. UNkulunkulu wayenegunya lonke ukuphoqelela ukulalela kuye, njangalokhu wayemdale ngokuphelele; futhi uyaphoqelela okufanayo kuwowonke umuntu uma umsebenzi omuhle wokubabuyisela sewuphelelisiwe.

    Namunye oyakwavunyelwa ukuthola impilo yangunaphakade loyo kancane kokwezinga uyobe ehlulekile ngokuphelele. Ukuhluleka ngokuphelele, bese, kuba isono ngokuyinhloso ekuphambaneni nokukhanya okugcwele futhi nokukwazi ukuphelela.

     Noba ngubani owona ngokuyinhloso, ekuphambaneni nokukhanya okugcwele futhi nokukwazi kuyoqedwa ngodlame ekufeni kwesibili. Futhi namunye, ngalesosikhathi sokuholwa, ngaphansi kokukhanya kwakho okugcwele, ukunqaba usizo olunikeziwe, ngokungenzi inqubekela phambili kokuphelele iminyaka engamakhulu, uyobonakala njengokungafanalekile empilweni futhi “uyoqedwa,” kepha eminyakeni engamakhulu uyokuba esikhathini sobungane esiqhathanisiwe.

Lokhu kulotshiwe ngalolosuku: “omusha uyakufa eneminyaka eyikhulu yobudala isoni siqalekiswe neminyaka eyikhulu.” (UIsaya 65:20)

     Lokhu okunganani bonke abantu ababeminyaka eyikhulu ukuhlolwa; futhi uma kungenjalo inkani yokungafuni ukushintsha, ukuhlolwa kwabo kuyoqhubeka usuku lonke lukaKrestu, ukufinyelela kwizinga eliphezulu kuphela ekugcineni kwalo.

The parable
of the sheep
and the goats

Sheep5.jpg (5417 bytes)

       Isiphetho esizayo sokwahlulelwa komhlaba siboniswe ngokucacile endabeni yezimvu nezimbuzi kanye (NgokukaMathewu 25:31-46), kwiSambulo ngokusondele 20:15; 21:8 kanye KwabaseKorinte 1 15:25.

     Lezi kanye nezinye izifundo ezingcwele lokhu lamakilasi azoqedelwa kokuhlukene ngokuhlukeneUkulalela kanye nokungalaleli, labo abakokumtoti nencwadi kanye nomoya womthetho kaNkulunkulu, nalabo abangaphandle kokumtoti nakho.

  Bangena kwimpilo yangunaphakade, abanye babuyiselwe ekufeni, isimo kulapho kungathi akukaze kwabakhona (“ukufa kwesibili”), ukuhlawula okufanayo nasekwahlulelweni kokuqala; kulapho babona ukwaphulwa nguKrestu owabe ehlenge njegunya ukubakhulula ngokubanika inhlawulo enkulungokufa kwakhe. Lokhu kuzoba ukufa kwabo kwesibili.

      Akunanhlawulo enkulu eyonikezelwa kubona, futhi akuyukuba nasekukhulweni noma ekubuyeni kukaKrestu kubona, isono sabo ngokusebenza ngenhloso, isono ngasinye siphambene nokukhanya okugcwele kanye nethuba, ngaphansi kokuthandwa kakhulu, ukuhlolwa ngakunye.

 

Deeds
of the present
will receive
their just reward.

Samaritan.jpg (5763 bytes)
The Good Samaritan

     Asifisi ukuba siqondwe ngokuziba izinto manje ezimelwe wumhlaba, noma iyiphi indoda enazo, ngokokukala ukukhanya okuthokozelwe, noma ngabe ukukhanya kwendalo noma kwesambulo.

“Amehlo kaJehova asezindaweni zonke; ukuqaphela ababi nabahle,” futhi

 “Ngokuba uNkulunkulu uyakuyisa yonke imisebenzi ekwahlulelweni kanye nakho konke okufihliweyo, noma kuhle noma kubi.” (Izaga 15:3; Umshumayeli  12:14)

     Okuhle kanye nokwenza okubi kwesikhathi samanje kuyothola isipho ukukonyeliswa okukanye emva kwalokhu.

“Izono zabanye abantu zisobala zibandulela ekwahlulelweni kepha abanye ziyabalandela.” (1 Thimothewu 5:24)

    UNkulunkulu aninamathelanga nina “umhlambi omncinyane” Ibani nokukhanya okwanele kuze kufike isigwebo sokugcina ukufa kwesibili. Silapha empeleni ukuveza isifundo okumelwe ukwenziwa umhlaba, ukushiya okuthile ngokuqeda ukwenzeka ukukubhekisisa.

God has been selecting
the future judges

     Isikhathi ngeminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha ingenelela phakathi kumhlaba wokuqala kanye nokwahlulelwa kwezinsuku okwesibili ngalesisikhathi eside kangaka uNkulunkulu ukhethe amakilasi amabili abalulekile kwamanye amadoda, futhi kubaluleke isikhulukazi ekuzameni, ukufundisa ubuqotho kanye nokubaqeqesha bona ukuba babe izinsiza zakhe ezihlonishwayo ngalesisikhathi noma usuku lokwahlulelwa komhlaba.

The House
of Servants

Passover.jpg (11806 bytes)

and

The House
of Sons

Pentecost2.jpg (15319 bytes)

       Lamakilasi amabili ngokuhloniphekile asungulwe uPawulu (Heberu 3:5,6) endlini yakhe yonke njengenceku njengendodana phezu kwendlu yakhe, odlulile eseqalile kulabo abanqoba bazama futhi batholwa bethembekile ngesikhathi zokuhlakazwa kwamakholwa. Lokhu kukhethwa kungenamqondo ukungenelela ngokwahlulela noma ukuhlola okuthenjiswe emhlabeni wabantu esikhathini sokulandela lokhu kuhlakazwa kwezimfundiso ziKrestu.

       Kulabo abaphumelele ukweqa ukuhlola noma lamakilasi abalulekile abayikufika ekwahlulelweni nomhlaba, kepha bayongena ngokukonyeliswa kwabo uma umhlaba ususondele ekwahlulweni. Bayakuba izinsiza zikaNkulunkulu ekubusisweni komhlabaekunikezeleni amadoda izindlela okumele zilandelwe kanye nokuqeqeshwa okufanele ukuhlolwa kwabo kokugcina kanye nokwahlulelwa.

“Anazi yini ukuthi abangcwele bayakwahlulela izwe na?” KwabaseKorinte 1 6:2

    Lamakilasi abalulekile akhethiwe, njengabantu bonke babengaphansi lapho isono kwabe kungukufa kepha baba ingxenye ngokukholwa emiphumeleni yokufa kukaKrestu. Emva kokuba abokuqala akwenziwa abalungileyo ngokukholwa kwizithembiso zikaNkulunkulu, futhi ngokugcwalisa emva kwezimo ngokuhloniphekile kwaba bizelwe kukho, bafanelekile kulokuphakanyiswa kwizizinda zokuphakama kanye negunya.

 

The trial
of these classes
is more severe than the trial
of the world.

Persecution1.jpg (3035 bytes)

       Ukuhlolisiswa noma ukwahlulelwa kokubili amakilasi angaphezulu ngobuhlungu kunokuhlolisiswa komhlaba kuzoba osukwini lokwahlulelwa; ngoba lokhu akugudluza uSathane, inkosi yalomhlaba, ngakho konke lokhu ukulutha kwakhe nokubamba, ngesikhathisosuku lokwahlulelwa emhlabeni uKrestu uyobusa u Sathane uyoboshwa, ukuze esakudukisa izizwe. (Isambulo 20:3).

    Lokhu bahlushwa bacindezelwa isimo sokulunga, ngalesiyasikhathi amadoda eyohlonyekiswa ngokulungileyo. Lokhu kwabe kunokuhle ukungenzi izinto enizithandayo kanye nokubamba ngesihluku nangonoxhaka, oyosuswa uma umhlaba usuhlolisiswa.

     Kepha ukuhlolisiswa kwalezinkampani ezimbili ezibalulekile zibengaphezulungobuhlungu obungaphezu kokuhlolisisa zomhlaba uzokubakhona, imiklomelo ngokungcono nokulinganayo ngaphansi kwempikiswano ezwakala iyiqiniso kepha zingamanga okukhulu ukuqhuba okungamanga, uSathane, kokubili izwe kanye nasegameni lamasonto kugetsh engwe isibusiso esiqinisekesiwe zesikhathi esizayo zokwahlulelwa okulungileyo. Bayazi ukuthi iBhayibheli liyasho ngosuku oluzayo lokwahlulelwa, kepha baluthatha ngokwesaba kuphela kanye nokukhathazeka okukhulu; futhi ngoba lokhu kwesaba, ngukuthi kubo akusekho ukungamukeli izindaba kunalokho ukuthi usuku lukaNkulunkulu lusondele.

     Balubeke kude kunabo, abafisi ukuzwa ngalo selushiwo. Abanalo ulwazi ngezibusiso ababekelwe zona ngaphansi kwezwe nangaphansi kombuso omnandi wakhe onguye uNkulunkulu okhonjiwe ukwahlulelwa kwezwe okulungileyo.

      Phakathi kokukhulu ukusitha ukuziphatha okuthile lokhu uSathane ushiyele kubo ngokuthanda kwabo ukugcina abantu ekuzibeni kweqiniso mayelana nosuku lokwahlulelwa lube namaphutha abenyonyobela izinkulumo zezinkolelo zenkolo kanye nencwadi yamaculo ezinkolo ezihlukene.

  Abaningi baze ukuhlonipha lamaphutha njengokubalulekile ezwini likaNkulunkulu zihluke ne kanjani iziprofetho kanye nabaPostoli mayelana nokuthenjisiwe ngosuku lokwahlulela. Qaphela  isiprofetho ezithokozisayo izwi elikhulunywe uDavide (Izikronike 1 16:31-34) Uthi:

 

StarHeavenOK.jpg (8699 bytes)
Malijabule izulu!

TICreator1.jpg (19263 bytes)
Umhlaba uthokoze!

Makuthiwe ezulwini UJehova uyinkosi!

Sea2.jpg (2893 bytes)
Maluhlokome ulwandle nokugcwala kwalo.

wpe1E7.jpg (2622 bytes)
Amasimu ename nakho konke okukuwo.

Trees1A.jpg (39971 bytes)
Khona imithi yehlathi iyakuhuba ngokujabula ebusweni bukaJehova,

Ngokuba uyeza ukwahlulela umhlaba
Bongani uJehova muhle, ngokuba umusa umi phakade!

 


The prophets
and the apostles regarded the Judgment Day as a blessing for man...

A glorious and desirable day!


   
Usuku olufanayo nolwaba Postoli futhi akhomba, ayasiqinisekisa ukuthi kuzoba nenhlokomo futhi usuku olwakheke kahle, ethembeni lokuthi nakho okudaliweyo kuyakukhululwa ebugqileni bokubhubha, kube ngukukhululeka kwenkazimulo yabantwana bakaNkulunkulu, Ngokuba siyazi ukuthi konke okudaliweyokuyakububula  kanyekanye kunezinseka kuzekube manje kwabaseRoma 8:21,22

    KuJohane  5:28,29 ngokuba isikhathi siyeza, lapho bonke abasemathuneni beyakulizwa izwi layo, ngokushintshwa okungesikho, kuphendukele ekusabeni ukuqalekiswa okukhulunyiwe. NgokwesiGreek abenze okubi ekuvukeni kokulahlwa.


titleAfterward.gif (1070 bytes)

God's ways are equal: storm or calm,
Seasons of peril and of rest,
The hurting dart, the healing balm,
Are all apportioned as is best.
In judgments oft misunderstood,
In ways mysterious and obscure,
He brings from evil lasting good,
And makes the final gladness sure.
While Justice takes its course with strength,
Love bids our faith and hope increase:
He'll give the chastened world at length
His afterward of peace.

When the dread forces of the gale
His sterner purposes perform,
And human skill can naught avail
Against the fury of the storm,
Let loving hearts trust in Him still,
Through all the dark and devious way;
For who would thwart His blessed will,
Which leads through night to joyous day?
Be still beneath His tender care;
For he will make the tempest cease,
And bring from out the anguish here
An afterward of peace.


SkyStormF.jpg (8379 bytes)

Look up, O Earth; no storm can last
Beyond the limits God hath set.
When its appointed work is past,
In joy thou shalt thy grief forget.

Where sorrow's plowshare hath swept through,
Thy fairest flowers of life shall spring,
For God shall grant thee life anew,
And all thy wastes shall laugh and sing.
Hope thou in Him; His plan for thee
Shall end in triumph and release.
Fear not, for thou shalt surely see
His afterward of peace.

wpe6AE.jpg (6379 bytes)

To Return to Home Page
click on Chart

HomeSymbol.jpg (6039 bytes)


Send E-Mail