|
Divine Healing
Ngalokho kucabanga bayaguqa phansi ngedolo bacele usizo kuNkulunkulu,
bayazicelela bona noma bacelelwe ngabashumayeli babo.
Kwezinye izikhathi uye ubonakale umehluko, kokunye kuyaphoxa
ukubekezela ungaboni mehluko owenzekayo.
Ukulashwa kwesifo ngaphandle komuthi noma odokotela noma
izibhedlela akuyona into entsha. Kwakwenzeka nakudala ngabagili mlingo baseGibhithe, base-Asiriya
nabaseBhabhiloni. Nabangcwele
baseNdiya babelapha ngeyabo nabo indlela engalindeli kumuntu
eyayimangalisa.
Babekwenza kudala namanje basazenza lezozinto.
Emelika naseEurope nanamhlanje umqondo wokwelapha izifo ezincane
zengqondo nomzimba kwelashwa ngodokotela bengqondo kuya ngengqondo.
Kwesinye isikhathi ziyafakelwa nezinye izindlela.
Kuthiwa odokotela kulokho abakuthandayongaphambi kokuba babelaphe
babafake nomoya ngaphambi kokua babadlulisele kwabanye odokotela
baseMelika.
Ngakho sidinga abantu kebebukisise kukho konke lokhu noma lendlela
yokwelapha, hhayi ukuthi yingoba kususwa abantu kulokho abakholelwa kukho
ukuthi kuhle kubo, kodwa kuhle ukuba umuntu azi ukuthi kuhle kangakanani
ukukholwa nguKrestu Jesu nokukholwa ngamandla kaNkulunkulu ukuthi
angelapha noma yisiphi isifo.
Nokuyne okungajwayelekile angakuqeda uNkulunkulu.
Okusobala ukuthi kusishiya nesidingo sokuba samukele uNkulunkulu
ngoJesu Kristu onguchwe pheshe wokwelapha imiphefumulo engazuzi lutho
oluza kuye njengabanye abelaphiabangakwazi ngisho ukubiza igama lakhe
kodwa abalibala ukubiza onkulunkulu babo bobumnyama.
ISIMANGALISO
SAMANDLA KAJESU
Namanje kusanempikiswano ukuthi amandla ayenawo uJesu ngesikhathi sakhe
nebandla lokuqala elalinawo njengoPawule, okwelapha abakhwelwe yizifo,
asangaba khona namaKristu amanje okwelapha abagulayo.
Inhloso yethu kungukuba sisho noma sicacise ngendabaebekwa nguJesu yokuthi
bonke ababkholwa nguye nabahlezi egameni lakhe bayokuba nawo amandla
okwenza izimangaliso azenzayo yena nangaphezulu funda la Johane 14:12.
Kuyiqiniso ukuthi uJesu abantu abaningi wabasindisa ngamandla amangalisayo.
Nokuthi kuyiqiniso nabafundi bakhe wabanika lawomandla nawokwenza
izimangaliso ezinkulu kunalezi azenzayo. Neqiniso lokuthi wabavusa
abafileyo njengendoda uLazarus owafa izinsuku ezine nesidumbu sakhe
sesiqala ukubola, kodwa uJesu wawubuyisa umphefumulo wakhe ekufeni. Nomphostoli
uPeter owabonakalisa amandla amangalisayo ngohlelo lukaJehova ukuba avuse
uDorcas aphile.
Namanje uma amaKrestu engenza lokho ngokukholwa nangeqiniso
basangavuswa ekufeni Nanamuhla noma bengaphumelela kanjani abelapha
abelapha ngeqiniso kodwa kufanele bavume ukuthi kukhona lapha bengahluleka
khona, njengoba uJesu engehlulekanga yena.
Nochwephesheabakhaliphe kanjani kodwa bayehluleka ukuvusa abafileyo
babo njengoJesu.
Thina siphiwe amaqiniso angenakeke kubantu kodwa kumele bazinike isikhathi
sokuwabhekisisa ngendlela yamanje ukusindisa labo abagulayo egameni
leNkosi uJesu Krestu. Okokuqala
kumele sikhumbule ukuthi baningi abenza lokhu (ukusindisa abantu) kodwa
bebekude nokukholwa egamini likaJesu, asebekwenze lokhu makhulu eminyaka.
Okwesibili odokotela sebezama kaningi ukusindisa abagulayo noma
abafayo kodwa bayehluleka. Okwesithathu
ngeke bakwazi ukuvusa abafileyo njengoba uJesu wenza wabuye walandelwa
ngabafundi bakhe abenza lezo zimangaliso emva kwakhe.
Lokho kushiya umbuzo wokuthi babephumelela ngoba begunyazwe nguye
na?
UBUHLUNGU
ABUSEKHO
Nakuba kunjalo akukho kuphika ukuthi iBhayibheli linokuningi elingakusho
noma elinakho ngensindiso kaJehova. Unkulunkulu
simthatha njengomuntu omkhulu noma uSosayensi omkhulu ongalapha noma
yisiphi isifo esikubantu. Funda
aMahubo 103:3 umphrofethi u-Isaya washo ngaphambili ukuthi kuyakuba khona
isikhathi lapho abantu bengasayikusho ukuthi “ngiyagula” Isaya 33:24.
Yena futhi lombhali waphrofetha ngaphambili wathi amehlo ezimpumputhe
ayakuvulwa nezindlebe zezithulu ziyakuzwa.
Wathembisa nokuthi unyonga luyagxuma nezimunguly ziyakuhlabelela
funda la Isaya 33:24. Isifo sanoma yiluphi uhlobo siwuphawu lokuthi abantu bayafa.
Kunabantu abasekufeni okunye umphostoli uPawule uyasazisa ukuthi
uyakubusa kuze kungqotshwe ukufa 1 Korinte 15:25-26
Ukungqotshwa kokufa kuyakuholela ekungqotshweni kwezifo zonke
ezizimbangela zokufa kwabantu. Umphostoli
uJohane wachaza ngombono owawuchaza ngoKristu endaweni yase Isle yase
Patmos othi siyeza iskhathi lapha kungayikubakhona ukufa.
Nokuthi uNkulunkulu oyozesula izinyembezi emehlweni abakhalayo,
izinhlungu azisayikubabikho, nokuhlupheka kuyakuphela funda 21:4 Isambulo.
Akuzona zodwa izincwadi zodwa ezithi izethembiso zikaJehova ukuqeda isono
nokufa, kodwa ngisho iziphrofetho ziyakuveza lokho ukuthi kuyakwenzeka
ngoKrestu, nokuthi ngaye impilo nmokuphila kuyakubuya ngaye.
Iqiniso lisekuthini umyalezo wawugcizelela uJesu ngokuwuthumela
kukaJohane umbhaphathisi. UJohane
wayeboshiwe emva kokuba emva kokuba kade ememezele ngokufika kukaMesiya
owayemenyezelwe ngaphambilini nokuthi wakholeka kubantu ngasekugcineni
wamangalisa waqabuleka.
UJohane eboshiwe etilongweni esezwile ngoJesu wathumela abafundi ababili
ukuthi bayombuza ukuthi unguyer abazwe ngaye noma balindele omunye na?
Kodwa uJesu wathi hambani nimlandise ngenikubonileyo, Mathewu 11:3
ngokuthi abagulayo bayaphulukiwsa, izimpumputhe ziyabona, abafileyo
bayavuswa nokuthi nakwabampofu ivangeli lishunyayelwe.
UJesu wayazi ukuthi uJohane umbhaphathisi ngokuzwalezozinto uyokwazi
ukuthinguye ngempela uMesiya nokuthi uJesui Kristu ngempela ofikile.
Ujohane wazi ukuthi imisebenzi leyo uNkulunkulu owayeyithembisile
ukuthi uMesiya uyakuyenza kubantu.
Lenhloso kaNkulunkulu ngoKrestu iyakucacisa ngokusobala ukuthi uJehova
wayefunani ngoJesu njengoba kutholakala kahle ebhayibhelini, alikho
ikholwa elingaphika ukuthi ukuphulukisa kuNkulunkulu kuyingxenye
yezinhlelo zikaKrestu esizweni esibhubhayo nokuqalekisa isono.
Kolunye uhlangothi uJesu waba yisibuko kubo bonke abakholwa nguye
futhi baningi asebekuzamile lokho bahluleka kubo impela abathi
bangabalandeli kaKrestu.
Ukubona nokuthola kahle ngalendaba kusenze saphenduka sacwaningisisa kahle
ngokujula ezwini likaJehova ukuba sithole ukuthi lolusizo lwenzeka kanjani
nangasiphi isikhathi nokuthi kuyiqiniso kangakanani.
Ngaelsisizatho nangalesizathu kuphela asikutholi ukuphikisana phakathi
kweqiniso elishiwo yibhayibheli nabalandeli bakaJesu abadala abasahamba
emhlabeni nabasekhona. Ngaphandle
kocwaningo lethu izifo zethu mhlawumbe ngabe azivunyelwanga ukuqhathanisa
amaqiniso namaqinisoangaphandle kwenjongo kaJehova nangeqiniso
ngesethembiso sikaNkulunkulu ngezwi lakhe safinyelela kusosonke isizwe
esibhubhayo, Nokuthi lapho singafinyelela khona lesisethembiso kungani?
UKUBUYISWA
KWEZIKHATHI
ZOKUHLUKUNYEZWA
Njengoba sesibonile ukuthi uJesu kanye nabaphostoli babayenza kanjani
insindiso kaNkulunkulu. Isibonelo
salokho esenziwa nguPetru ngenkathi esukumisa umuntu owayeyisinxibi
eyisishosha kusukela ekuzalweni kwakhe, ehlala emnyangweni othiwa omuhle
ethempelini ecela ukuphiwa : Funda Izenzo 3:1-11.
Lomuntu wayeyisishosha kusukela ekuzalweni kwakhe, kodwa ngenkathi
uPetru ekhipha izwi lokumsindisa ngokuthemba uJehova, wasindisa ukuphila
kwakhe nokuba yisishosha. Abantu
babuza ukuthi lona akusiye yini obeyisinxibi ngasemnyango othiwa ngomuhle,
pho amandla amsindisile aphume kuphi nokuthi usindiswe ngubani, uPetru
wachaza wathi kungenxa yamandla kaJesu waseNazaretha owabethelwa
esiphgambanweni. UPetru
akagcinanga ngalempendulo kuphela embuzweni wabo. Waqhuba wathi uma uJesu esbuyile kunezinto eziyakuba noma
zenzeke njengezikhathi zenzeka esekhona engakakhushulelwa emafwini.
Lezi zikhathi zokubuyiselwa kwezinto nezikhathi zosindiso kubobonke,
uPetru waqhubeka wachaza kabanzi wathi lokhu kwashiwo ngaphambilini
nguNkulunkul ngomlomo wabaprofethi kusukela umhlaba usekelwa funda Izenzo
3:19-23.
Lesisifundo sicacile futhi nesiphetho sakhona asingabazeki uPetru
wamsindisa umuntu oyisishosha nokuthi nokuthi kwenzeka ngenxa yokuthemba
uKrestu. Sisebenzisa
lolusindiso umphostoli uPetru waqhubeka wachaza wathi ngokubuya kukaJesu
kwesibili koba khona izikhathi zokuhlukunyezwakwakho konke uJesu
ayekhulume ngakho phambilini ngemilomo yabaprofethi.
Uhlelo lukaNkulunkulu lokusindisa abantu kwakungekhona ukuqalisa umbuso
wakhe kodwa koze kubuye uJesu okwesibili emhlabeni ebese kuqaliswa umbuso
kaJesu.
Loluhlelo lukaNkulunkulu alukwazana ukungaphumeleli futhi alusoze lwahlala
lwangaphumelela. Uma
selisetshenziswa imiphumelela imiphumela yakhona iyogcwaliseka
ngokuphelele ukugcwalisa amacebo ngensindiso kaNkulunkulu kubantu.
Zonke izimpumputhe ziyakubona, izithulu ziyakuzwa, nezishosha
ziyakusindiswa.
Akusayikuba khona noyedwa emhlabeni wonkeomukele ukukholwa noma lomusa
kaNkulunkulu oyakuthi ngiyagula. Uma
emamukele uJesu Kristu njengeNkosi nomsindisi wakhe.
IQINISO
NGOKUGULA NOKUFA
Isifo nokufa kuyizitha ezinkulu. Lokhu
sikwazi ngokukubona nangendlela okwenzeka ngayo ezimpilweni zethu,
njengegciwane elibanga ukugula nanezimo ezimbi ezenzeka kuthi sonke
ngabanye ngabanye futhi eziholela ekukhubazekeni kwenye inkathi,
njengakwabadala noma ekufeni uqobo. Ngenxa
yemizamo emihle kusukela ngeminyaka yama 19’ …s kososa yensi bemithi
amamiliyoni isifo nokufa kuyizitha ezinkulu.
Lokhu sikwazi ngokukubona nangendlela okwenzeka ngayo ezimpilweni
zethu, njengegciwane elibanga ukugula nanezimo ezimbi ezenzeka kuthi sonke
ngabanye ngabanye futhi eziholela ekukhubazekeni kwenye inkathi,
njengakwabadala noma ekufeni uqobo. Abantu abathathwa ngukufa besebancane. Ezinye izingaxenye zempilo ziye zingajwayeleki ngenxa yokufa.
Iyodwa into eyenza ibhayibheli ligqame yingenxa yeqiniso lokuthi
yilona elisitshela kahle ngokufa nangecazelo ngemvelaphi yakho.
Sifisa ukugcizelela kulelipoyinti ngoba kuningi abantu kulomhlaba
abazama ukulibalekela leliqiniso, kodwa abafuna ukukholelwa ukuthi ukugula
noma izinhlungu ezithile ngisho imbala abacabangi ukuthi eziqala kanjani
ziqhubeke kanjani kuze kufike ukufa.
Kodwa bafuna kube sengathi abantu yingoba kuyimicabango kuphela.
Okukhulu ukuthi muntu angaguqula umqondo wakhe azitshele ukuthi izinhlungu
noma ukugula yinto engekho ngeke ngempela azithole egula.
Khona kuyimicabango enzima nokho egcina khona egcina ingasebenzanga
Khona kuyimicabango enzima nokho egcina khona egcina ingasebenzanga
ngokwempela.
Ekugcineni ukugula kuyabulala, kodwa labo abathi ayikho yonke
leyonto ngoba begcizelela ukuthi ukufa noma ukugula kuyinto engekho
kubukeka sengathi kukhona okushoda kanjalo. Nakuba abaholi bezinkonzo ezahlukahlukene beqhamuka namuphi
umbono, nayiphi inkolelo yabo ngokuthi uNkulunkul noma uKristu owavuswa
kwabafileyo uyasebenza ngabo ukusindisa abantu noma ukwelapha izifo
ezahlukene, iqiniso limile kuyoyonke lamakhulu eminyaka aba khona uKristu
akango noyedwa oseke wahlala wangafa.
Ngakolunye uhlangothi ibhayibheli lisicacisela kahle ukuthi uma
uNkulunkulu esenza ngempela amehlo akhe ngensindiso kubantu ukufa
kuyachithwa kungabikhona nokuyisitha sokugcina uJehova oyakusinqoba funda
Isambulo 21:4.
KUNJANI
UJESU WABASINDISA ABAGULAYO
Akekho noyedwa umKrestu ongaphika ukuthi uJesu wabasindisa ngempela
abagulayo nokuthi wayekwenza lokho ngamandla awaphiwe nguyise uNkulunkulu
nangokugcina intando kaYise noma uJehova.
Noma kunjalo, labo uJesu abasindisayo babuye bafa emva kokusindiswa,
nalabo ayebavuse kwabafileyo babuye bafa emva kwesikhathi eside.
Umbuzo-ke ovukayo owokuthi kungani ukusindisa kwakhe noma ukwelapha
kwakhe kungabi nguna phakade na?
Mhlawumbe impendulo eqondile kulombuzo ungayithola embhalweni uma
usuqathanisa imisebenzi ayenza njengedaba ebhalwe umbhaphathisi uJohane
ngesimsangaliso asenza ephendula amanzi ukuba abe yiwayini.
NokukaJohane uthi uJesu waqala ukubonakalisa inkazimulo yakhe ekhana
laseGalile funda ngokuka Johane 2:11.
Lokho kukhombisa ukuthi izimangaliso ayezenza zazikhombisa abantu
inkazimulo ayenayo ngezikhathi zakhe.
Izimangaliso azenza uJesu zikhomba ukuthi kuyakwembulwa kumhlaba
wonke nangokubuya kwakhe kwesibili, uhlelo lwensindiso yakhe lube yinguna
phakade kubantu bonke.
Lokhu kusukela kakhulu emisebenzini yakhe owayenzayo nangemfundiso yakhe
yokuba yokuba nguMesiya nokuthi yasunguleka kanjani.
Abantu bakudala babejwayele kakhulu ukuzihlelela izinto zabo ngendlela
ebonakala kangcono kubona kungefani nesikhathi esiphila kuso namhlanje.
Indlela yakuda;a kwakuba ukuthandaza ukuze abantu baxhumane noNkulunkulu
wabo babe nezicelo lezo abazithandayo nanokuba bafune uMoya oyiNgcwele
wehlela kubo ukuba benze izimangaliso.
Ngaphandle nje kwalokho, uJehova wenza izimangaliso ezinzima kakhulu
enzela abantwana bakwa Israel. Lokhu
kwaqala ngoMose.
Lomholi okokuqala efika kuFaro akhululule abantwana bakwa Iarayeli
eGibhithe wenza izimangaliso ezazikhomba ukuthi ungothunywe nguJehova.
Ngokunjalo nabagilimilingo baseGibhithe babizwa ngokushesha ukuba
bzokwenza lokho uMose ayekukhombise uFaro, ngoba babengazi ukuthi lo manje
uthunyiwe nguMdali.
Ngalokho siyabona ngempela ukuthi abantu bakudala babefuna ukuba
bakhombise into ethile uma uthi uthunywe uNkulunkulu ukwenza into ethile
namandla okwenza leyonto ukuthi unawo yini wona.
Sithola ukuthi uNkulunkulu wamaIsrayeli wayewalelwa ngisho ezimpini
ukuchitha izitha zawo. Abanye
babaprofethi babevusa ngisho abafile babo.
Yingabe babengalindela ukumukela uJesu abaphrofethi labo
ababebatshele ngaye uma ngabe wayefike enze imisebenzi emincane kuna lena
ababethenjiswe yona ngabaphrofethi umaesefikile?
Akuzona zodwa izincwadi zodwa ezithi izethembiso zikaJehova ukuqeda isono
nokufa, kodwa ngisho iziphrofetho ziyakuveza lokho ukuthi kuyakwenzeka
ngoKrestu, nokuthi ngaye impilo nmokuphila kuyakubuya ngaye.
Iqiniso lisekuthini umyalezo wawugcizelela uJesu ngokuwuthumela
kukaJohane umbhaphathisi. UJohane
wayeboshiwe emva kokuba emva kokuba kade ememezele ngokufika kukaMesiya
owayemenyezelwe ngaphambilini nokuthi wakholeka kubantu ngasekugcineni
wamangalisa waqabuleka.
UJohane eboshiwe etilongweni esezwile ngoJesu wathumela abafundi ababili
ukuthi bayombuza ukuthi unguyer abazwe ngaye noma balindele omunye na?
Kodwa uJesu wathi hambani nimlandise ngenikubonileyo, Mathewu 11:3
ngokuthi abagulayo bayaphulukiwsa, izimpumputhe ziyabona, abafileyo
bayavuswa nokuthi nakwabampofu ivangeli lishunyayelwe.
UJesu wayazi ukuthi uJohane umbhaphathisi ngokuzwalezozinto uyokwazi
ukuthinguye ngempela uMesiya nokuthi uJesui Kristu ngempela ofikile.
Ujohane wazi ukuthi imisebenzi leyo uNkulunkulu owayeyithembisile
ukuthi uMesiya uyakuyenza kubantu.
Lenhloso kaNkulunkulu ngoKrestu iyakucacisa ngokusobala ukuthi uJehova
wayefunani ngoJesu njengoba kutholakala kahle ebhayibhelini, alikho
ikholwa elingaphika ukuthi ukuphulukisa kuNkulunkulu kuyingxenye
yezinhlelo zikaKrestu esizweni esibhubhayo nokuqalekisa isono.
Kolunye uhlangothi uJesu waba yisibuko kubo bonke abakholwa nguye
futhi baningi asebekuzamile lokho bahluleka kubo impela abathi
bangabalandeli kaKrestu.
Ukubona nokuthola kahle ngalendaba kusenze saphenduka sacwaningisisa kahle
ngokujula ezwini likaJehova ukuba sithole ukuthi lolusizo lwenzeka kanjani
nangasiphi isikhathi nokuthi kuyiqiniso kangakanani.
Ngaelsisizatho nangalesizathu kuphela asikutholi ukuphikisana phakathi
kweqiniso elishiwo yibhayibheli nabalandeli bakaJesu abadala abasahamba
emhlabeni nabasekhona. Ngaphandle
kocwaningo lethu izifo zethu mhlawumbe ngabe azivunyelwanga ukuqhathanisa
amaqiniso namaqinisoangaphandle kwenjongo kaJehova nangeqiniso
ngesethembiso sikaNkulunkulu ngezwi lakhe safinyelela kusosonke isizwe
esibhubhayo, Nokuthi lapho singafinyelela khona lesisethembiso kungani?
Kungalesisizathu ukufika kukaJesu kwalandelwa izimangaliso ezinkulu
njengokuvusa abfileyo nokuphulukisa abagulayo.
Ngokwenza lezizimangalisi kwakuyisifundo esasinikezwa labo ababezwile
ngokufika kwakhe ukuthi unguye uMesiya okuphrofethwe ngaye nanokukhombisa
nje imisebenzi enjani ayakubuya nayo uma isikhathi uJehova asimisile
sokubuya kwakhe ngokugcwele yini ayouenzela umhlaba wonke.
Intando kaJehova iyakwenzeka uma ngabe abantu sebefunde ukumazi nokumukela
uJesu baloniphe nemiyalo yombuso wakhe, kobe abantu sebenikezwa ukuphila
okuphakade bephila kulomhlaba. Umphrofethi
ngamunye kwabakhuluma ababekutshelile umhlaba ngempilo nangokuphila
komuntu. UJesu lokho uze
akufanise nokuzalwa kabusha kwesizukulwane kumaThewu 19:28 kunjengoba
kubhaliwa.
Uphostoli uPetru wachaza kanjalo wathi kuyakuba khona izikhathi
zokuhlukunyezwa kwazo zonke izinto Izenzo 3:19-21.
Kodwa uJesu sithola ukuthi akaqalanga ngaloluhlelo lokuthi atshele
abafundi bakhe ukuthi bayakufundiswa ezifweni zabo ngoba bahamba ngeqiniso
ekukholweni nguye.
ABABIZELWE
EKUFENI
Kunendaba emnandi nelandelayo ethi., Kwakukhona umbusi owayemncane nje
owaya uKesu ebusuku wathi “Mfundisi omuhle ngimelwe ukwenzenjani ukuze
ngingene embusweni wezuklu na?”
Ithi immpendulo uJesu wathi kuye hamba uthathe konke onakho okuyifa lakho
wabele abampofu. UJesu
waphinda wathi thabatha isiphambano sakho ungilandele ekufeni.
Wamthembisa lomuntu wathi ngalendlela noma kanjani uzongena
eZulwini. UJesu akashongo
ngisho igama elilodwa ngokwelapha kwenyanga.
Iseluleko asinikeza lendoda ukubeka phansi impilo yayo izidele iyinikele
kuNkulunkulu wathi iyakwamukeliswa okuhle ekuvukeni kwendodana yomuntu.
Ake ufunde la Mathewu 19:16-14, Mark 10:17-27 naku Luka 18:18-27.
Lendaba enje isilethwe phambi kwethu manje ngohlelo lukaJehova lwevangeli
elikhona ezinsukwini esiphila kuzo. Akulona
uhlelo lokusindisa inyama kodwa wuhlelo lokwelapha umphefumulo womuntu
ngamunye ngokulandela ezinyathelweni zikaJesu.
UJesu wake wababuza abafundi bakhe ababili wathi, “Ningakwazi
yini ukuphuza ngenkomishe engiphuza ngayp nokuphathiswa ngophathiso
engibhajadiswe ngalo na?” Funda
Mathewu 20:22, ngokuka Makhu10:35-40.
Ebandleni laseRoma uPawulaum Phawuli walibhalela wathi “Ngakho
ngiyanincenga bazalwane ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele miizimba
yeni ibe ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, othandeka kuNkulunkulu kube
ngukukhonza kwenu kokuqonda” Funda kwabase Roma 12:1. Ayikho indlela yokuphenduka ezulwini ngaphandle kokuphenduka noma
ukunikela kuNkulunkulu usesemhlabeni.
Ezinye izinto ezibalulekile kumaKrestu ukuba azinikele ngokuphelele
emsebenzini weNkosi baqine enyameni nasemoyeni noma emandleni.
Lokhu kumele kwaziwe nguye wonke umKrestu ukuthi uJehova amandla okwelapha
izifo nokuthi uyabasindisa abagulayo baphile uma ethanda ukwenza lokho.
Unkulunkulu kuningi anagkwenza okumangaliso kunoma yino angabe
ethanda ukuyenza njengoba wenza isimangaliso ngendodana yakhe uJesu eyabe
ithandeka kuye eminyakeni ezinkulungwane exzimbili ezadlulayo. Indaba enkulu nesigcizelela kuyo kakhulu esizukulwaneni
esikhona njengamanje ukuthi ngokukaNkulunkulu ukuhlela akukhona ukuthi
kwelashwe kusindiswe kuphela kumuntu.
Uma sikhuluma nhglendaba amaqiniso amnandi nahehayo atholakala
eThestamenteni Elisha. Uthathe
indaba yoMphostoli uPawulu ngezikhathi zokuphenduka kwakhe wavaleka amehlo
ngenkathi evalwa unyazi luvela eZulwini phezulu ukukhanya
okwakunjengelanga ebusuku. Okukuqala wavaleka amehlo kodwa abuye avaleka kancane kancane
ngokuhamba kwezinsuku.
Noma kunjalo emva kokuphenduka kwakhe uPawula akakwazanga ukubona kahle.
Wakhuluma ngokushayeka kwakhe umbani ngokuthi kubenjengokuhlatshwa
yiva emnyameni funda II Kwabase Korinte 12:7.
Upawule wanxusa kathathu ukuba iNkosi isuke kuye, wathi uma angase abone
usengenza umsebenzi omkhulu kaNkulunkulu.
Ngakho wakhuleka kuNkulunkulu ukuba asuse izinhlungu kuye.
Empeleni wakhuleka kathathu enxusa ukuba uNkulukulu amsize.
Ekugcineni uJehova wawuphendula umkhuleko wakhe, hhayi ngokumvula
amehlo kodwa ngokumchazela ukuthi umusa wakhe umanele yena (uPawule).
Ngamanye amazwi okusho ukuthi isicelo sikaPawulu sokucela ukusindiswa
ngamandla kaJehova saphikeka. Singasho sithi uPawule wafeyiliswa ukungabi nalo iqiniso
esicelweni sakhe- njengoba wayefuna ukusindiswa ngamandla kaJehova noma
ukungaceli ngendlela okuyiyonayona. Kodwa
futhi kwakungaphelile enhlizweni kaPawule ukuthi uNkulukulu angamsindisa
wayebasindisa kunoma yisiphi isifo esikwele enyameni yomuntu, lokho
kwagcwalisa isithembiso ayesinikiwe ngunkulunkul ukuthi umusa wakhe
usumanele.
Upawule wayazi ukuthi asikho isithembiso uNkulunkulu asenzile ukwelapha
izifo zenyama kubalandeli bakaJesu bangalesisikhathi.
Wazi futhi ukuthi kwakukuhle kuye ukuba agule ahlupheke aphinde afe
kanye noJesu. Akalindelanga
ukuba aphatheke kahle ngaphezu kukaJesu noma iNkosi yakhe.
Njengoba wakubona lokho wacabanga ukuthi uzokwazi ukuchaza nokusebenza
kahle uma ebona kahle ngakho ukukhuleka wakwenza kwaba ngumkhuba wakhe.
Kodwa ngenkathi iNkosi imbusa uPawule wayenelisekile, echazekile
kusukela ekuqaleni kungucabango kaNkulunkulu ukuba abanjwe yileliva
elalisenyameni yakhe, wayeyomdumiza uNkulunkulu kuyo leyompilo enzima.
Kusukela kulendaba kkubalulekile ukuba uKrestu ngamunye abeke impilo
yokugula kwakhe ezandleni zikaNkulunkulu noma kubukeka sengathi impilo
enzima yiyona eqondisa umuntu nembuyisano ngayoyonke indlela.
Kwakungeho kungabaza ezigamekweni eziningi uJesu azenzayo ephulikisa
abantu abaqinisa futhi azinikele kubo.
Ziningi izinto uJesu azenzayo ukuba umlandeli ngamunye komsebenzi.
Kodwa ezintweni ezinjalo umsebenzi okufanele ugcinwe owokucabanga
ngoJehova hhayi ukulapha izifo zenyama ngokuba iNkosi iyakubabiza ukuba
bazokwenza lokho.
UMOYA
NEMPILO YOMUNTU
Okuningi okungakhulunywa kungatholakala ebhayibhelini, kuhlukene kabili
nezethembiso ezikhuluma ngempilo ephakade.
Lokhu kwaziwa kakhulu ngezethembiso uNkulunkulu azinike amaKrestu
akulesisikhathi sokuba kukhulunywe amaqiniso, ababshumayeli beqiniso
bayakuklonyeliswa ngempilo enguna phakade yaseZulwini labo abavuswe
“ekufeni” ukuba baphile babuse kanye noKrestu iminyaka eyinkulungwane.
Kodwa futhi ziningi izethembiso zikaNkulunkulu nenhloso yakhe okunika
ithemba lokuthi abantu bayobuye bavuswe bafiumane impilo futhi
besemnyameni baphile emhlabeni.
Miningi imizamo eyenziwayo yokuba kuboniswe abantu kukuba bangaphikisani
nezethembiso ngempilo yaseZu;wini, abafundi abaningi bebhayibheli bayazama
ukufaka uMoya wobuKrestu kubantu kodwa uma sekwenzekile ngempela lokho
kungakhulunjulwa ukuthi kungani nokuthi kusho ukuthini lokho.
Abanye ngokuthatha lezizethembiso ngokwelashwa enyameni nasempilweni
bayakhohlwa ngukuthi phela noNkulunkulu akelaphi abantu osekulindeleke
bafe badlulele eZulwini. Kodwa-ke
kulokhu kuyiqiniso ngempela uma usho.
Ukusindiswa komuntu enyameni kyvela kaningi nasebhayibhelini kushayisana
nokufiswa ngabantu.
Ukuvumela kulaba olayini ababili ngemicabango siyathola maningi amaqiniso
aqaphelisisekayo ukuthi ukusindiswa komuntu ngenhloso kaJehova zimbili
izindlela zosindiso ezethenjiswe nguNkulunkulu ephuzwini lesono noms
lokufa.
Okukuqala usindiso lwaseZulwini nosindiso lwasemhlabeni
okungukuhlunyeliswa kwezimpilo zabantu ingunaphakade emhlabeni.
Izithembiso ngensindiso yaseZulwini zithi ingeyabalandeli bakaJesu
kulesisikhathi samanje, kodwa iythemba lesikhathi esizayo, kulesosikhathi
esiyobe kungesokubusa kukaJesu njengeNkosi umhlaba wonke, nabalandeli
bakhe banamuhle ayakubusa kanye naye.
Lokhu kuhlunyeleliswa kwezimpilo zabantu emhlabeni kuyinjongo
enkulu kaJehova, izizathu zalokhu ziyatholakala kuwo onke amathestamente
elisha nelidala.
Umsebenzi wokuglunyeleliswa kwezimilo zabantu bonke uyakufezwa ngemuva
kweminyaka eyinkulungwane yokubusa kukaJesu Kristu.
Izincwadi
zikubeka ngokucacile ukuthi umbuso kaJesu awukaqali kodwa uzakuqala
ngemuva kokubuya kukaJesu. Funda
Izenzo 3:19-21. Ngesikhathi
esifishane sokuqala uJesu abkhona ngaso washumayela ukubaluleka kombuso
wakhe ozayo noyosiza abaningi nokuveza umyalezo wakhe wasindisa abantu
abaningi abanezifo ezahlukene nokukhombisa ukuthi umbuso wakhe wabe usho
ukuthini uma usufikile nesethembis sikaNkulunkulu ukuba sigcwaliseke.
Izimangaliso azenzayo uJesu nesesizi balile kwakungezono
ezokuqalisa uhlelo lukaJesu lulesisikhathi esikuso kodwa kwakwenzelwa
ukucacisa kahle isikhathi uNkulunkulu asihlelele umbuso ozayo.
Izifo ezahlukahlukene ezihlukumeza inyama zazijwayelekile ngesikhathi
sikaJesu ngisho namanje kusenjalo ezinye okwakwaziwa ukuthi azelapheki.
Lokhu kwakusho ukuthi abantu bone kakhulu futhi kuyinkomba yezono,
nanokutho nabo uqobo abanaso isifo sokusinda.
Ukufa kwafika emhlabeni ngenxa yesono, okusho ukuthi uJesu
ngesikhathi esindisa izishosha ngezinsuku zakhe, uJesu wayecacisa
ngenhloso kaJehova ngemuva ngemuva kokwenzeka kwezinto eziningi nokususa
ubumnyama besono emhlabeni nokucitha ukufa okuyinkokhelo yesono.
Sisekulendaba uNkulunkulu wayethembisile ngomphrofethi u-Isaya :
ukuthi “Yiza manje, asisho sonke sithi woza Nkosi kusho iNkosi.
Izono zenu ziyakuhlzwa, ziyakuba mhlophe njengeqhwa, nakuba zibomvu
njengegazi, ziyakuba mhlophe njengovolo.
Bakhulume ngezilimi, bayakubeka kwabagulayo basined.
Noma kunjalo bonke abafundi bebhathibheli bayavuma ukuthi yebo
zikhona nezinye izinto esezifakiwe kulezizincwadi zifakwa ngabanye abantu
ngomgunyathi bezixuba nokungamaqiniso abhalwa kudala.
Kuyiqiniso futhi ukuthi esikhathini eside uMoya oyiNgcwele wabuye
wagcwalisa abanye abantu ngoMoya oNgcwele ukuba nabo bakhulume ngezilimi.
Lokho kwakungubufakazi bevangeli ngempela kubo.
Futhi kuyiqiniso ukuthi ibandla lokuqala laphiwa isipho sokusindisa
abagulayo. Kodwa lokho
kwakuyimisebenzi yesikhashana, umPhostoli uPawule wayekuqonda kahle ukuthi
lezizipho zesikhashana zikaMoya oyiNgcwele zazizophela futhi zaphela.
(Funda I Kwabase Korinte 13:8).
Sisodwa isibonelo esabhalwayo lapho inceku kaJehova yake yavikelwa khona
ekulunyweni yinyoka lokho kwenzeka endabeni kamphostoli uPawule ngenkathi
yena nezinye iziboshwa besendleleni ebheke eRoma, uPawule kwalimala
umkhumbi owayekuwo yena nabalndeli bakhe.
Akukho okwabhalwa phansi ngaleyongozi okugcwalisa lokho okwashiwo
encwadini ngokuka Marku 16:18.
Ujakobe wakhe wabhala wathi kukhona oyedwa ebandleni ogulayo kufanele
kubizwe abadala bazomkhulekela ngoba “Umkhuleko weqiniso uyamsindisa
ogulayo. Oinkosi iyakumvusa
kwabafileyo” (Ujakobe
5:14-15) Igama elithi ukugula elikuvesi 15 lasuselwa kusiGriki elisho
ukuthi ukuquleka ngokwebhayibheli. Leligama
(sick means wearied naye unwearied usho ukuxega entweni noma ukuphuma
kuyona ungabe usayinaka). KuMaheberu
12:3 umphostoli uxwayisa amaKrestu ngokuthi ukuze angapheli amandla
emphefumulweni yabo.
Leligama lesiGriki laphinga lasetshenziswa kwi Sambulo 2:3 sisho igama
(admonish), lencwadi ithi “Unokubekezela wakhuthazela kawukhathalanga.
Ubufakazi okukhulunywa ngabo lapha kulencwadi yaMaheberu ubuthathak
komphefumulo, hhayi kwenyama.
Ukwehla emandleni okukholwa nokunye okungalimaza umphefumulo kuyaholela
ekubeni buthakathaka nasempilweni noma ugule.
Ngenkathi lokhu kwenzeka ikhambi lakhona ukusindisa umphefumulo kuholela
ekusindeni kwenyama uqobo. Lokhu
kungokwabo bonke abantu abadala ebandleni nabalungileyo ukuba baduduzane
njalo uma kukhona nomangasiphi isikhathi uma kungezeka.
Uma lencazelo ibonakala inesizathu esihle kufanele imbandakanywe nalokho
iNkosi uJesu eyakuyhembisayo. Uma
sicabanga ngenxa yalokhu esekushiwo ukuthi umbuso kaJesu weminyaka
eyinkulungwane umgumsebenzi omkhulu wokuhlunyeleliswa kwezimpilo zabantu
bonke.
Izithembiso eziningi ebhayibhelini zisitshela ukuthi abalandeli beqiniso
bakaJesu bayakubusa kanye naye badle naye umbuso waleyominyaka
eyinkulungwane.
Bekanye naye ndawonye bayakubusa abantu njengokwesethembiso esathenjiswa
embewini ka-Abrahamemindenini yonke yomhlaba ukuthi iyakubusiswa.
Funda kuma Galathiya 3:8, 16, 27-29 (Kuthiwa yonke inzalo ka-Abrahama
iyakubusiswa kuye). Nanokuthi
mkhulu kangakanani umsebenzi oyakuba khona esikhathini esikhathini esizayo
ayenzile kulesisikhathi nezimangaliso azibonakalisileziyibonelo
zokuyokwenzeka esikhathini esizayo kuwo wonke umuntu.
Bambalwa owabavula amehlo beyizimpumputhe kodwa ebusweni bakhe ozayo bonke
abayizimpumputhe bayakubona. Lokhu
kukuxuba ngisho nabayizimpumputhe emphefumulweni, nokungaboni kwangempela.
Noma ngane yisifo sini esikhona siyakunqotshwa embusweni kaJesu lapho
eyobe engeselaphi noma engasindisi abantu ngabanye kodwa konke
kuyinsindiso yokuqala kaJesu kubantu bonke.
Kobe kungekhona lokho kuphela kodwa umsebenzi omkhulu uyobe umgowabo bonke
abamkholiwe bamhlonipha, lomsebenzi uyoba ngowabo inguna
phakadekungasikufuna nencazelo kaJesu okwakungeyesikhashana.
Sasingekho isiqinisekiso sokuthi labo uJesu abasindisile abasyikubuye
bagule futhi. Kodwa lokhu akusauyikuba yisifundo kulabo abangavuswangwa
ukuba noJesu iminyaka eyinkulungwane yombuso kaJesu yokuhlunyeleliswa
kwezinto zonke uNkulunkulu akhuluma ngazo ngemlomo yabaphrofeni abangcwele
kusukela izwe laqala. Funda
3:19-21
Ngaphandle kwalabo okwathi uJesu evuswa base nevele belele ukulala
kwafuthi bengasaphili labo-ke bayovuswa ngaleyominyaka kaJesu ukuba
bahloniphe lowomobuso kaJesu. Inhloso
enkulu yokuvuswa kwabo ukuha banikezwe ithuba lokukholwa nokuhlonipha
nokuphila inguna phakade.
Kuyoba yilabo kuphela abadelela umthetho kaJesu abayokuchithwa kwabanye
abantu. Funda Izenzo 3:23
Ngempela kuyobe kungumsebenzi omkhulu lo kunayo yonke uJesu aseke wayifeza
ekuqaleni kwemisebenzi yodumo yakhje.
Nemisebenzi yokuthunywa kwakhe ayenzayo yaba mkhulu / mningi
ngokwanele ukunika isiqinisekiso sokuthi uma isikhathi esaqunywa sokufika
kombuso, alukho.
Uma nivuma nilalela niyakudla okuhle kwezwe Isaya 1:18-19.
Qaphela – ke ukuthi isithembiso asikuniki ikhaya ezulwini kodwa sithi
“uma nivuma nivuma nilalela niyakudla okuhle kwezwe lokhu kungenxa
yokuthi izono zenu zokube sezihlanziwe.
Umsebenzi
wokuglunyeleliswa kwezimilo zabantu bonke uyakufezwa ngemuva kweminyaka
eyinkulungwane yokubusa kukaJesu Kristu.
Izincwadi
zikubeka ngokucacile ukuthi umbuso kaJesu awukaqali kodwa uzakuqala
ngemuva kokubuya kukaJesu. Funda
Izenzo 3:19-21. Ngesikhathi
esifishane sokuqala uJesu abkhona ngaso washumayela ukubaluleka kombuso
wakhe ozayo noyosiza abaningi nokuveza umyalezo wakhe wasindisa abantu
abaningi abanezifo ezahlukene nokukhombisa ukuthi umbuso wakhe wabe usho
ukuthini uma usufikile nesethembis sikaNkulunkulu ukuba sigcwaliseke.
Izimangaliso azenzayo uJesu nesesizi balile kwakungezono
ezokuqalisa uhlelo lukaJesu lulesisikhathi esikuso kodwa kwakwenzelwa
ukucacisa kahle isikhathi uNkulunkulu asihlelele umbuso ozayo.
Izifo
ezahlukahlukene ezihlukumeza inyama zazijwayelekile ngesikhathi sikaJesu
ngisho namanje kusenjalo ezinye okwakwaziwa ukuthi azelapheki.
Lokhu
kwakusho ukuthi abantu bone kakhulu futhi kuyinkomba yezono, nanokutho
nabo uqobo abanaso isifo sokusinda. Ukufa
kwafika emhlabeni ngenxa yesono, okusho ukuthi uJesu ngesikhathi esindisa
izishosha ngezinsuku zakhe, uJesu wayecacisa ngenhloso kaJehova ngemuva
ngemuva kokwenzeka kwezinto eziningi nokususa ubumnyama besono emhlabeni
nokucitha ukufa okuyinkokhelo yesono.
Sisekulendaba uNkulunkulu wayethembisile ngomphrofethi u-Isaya :
ukuthi “Yiza manje, asisho sonke sithi woza Nkosi kusho iNkosi.
Izono zenu ziyakuhlzwa, ziyakuba mhlophe njengeqhwa, nakuba zibomvu
njengegazi, ziyakuba mhlophe njengovolo.
INkosi
eyalwethembisayo olungakwenzeka kuJesu kanye nabalandeli bakhe.
Kusobala ukuthi amandla kaNkulunkulu akwazi ukusindisa abambalwa
abagulayo. Uma akwazi ukuvusa
abanye kwabafileyo, ayokwazi ukuvusa bonke futhi abafayo. Okunye kusobala ukutho lezozinto ezinzima ngomusa
kaNkulunkulu ziyakubasiza bonke abavumayo nabahloniphayo ukuba baphiel
phakade.
Akwazeki
ukuthi lesimangaliso esingaka sensindiso nokuhlunyeleliswa kwezinto zonke
siyoba njani. Lokhu kuchaziwe
umphrofethi uMalaki ngokuvuswa “kwelanga lokulunga” linamaphiko
linamaphiko okuphilisa ezingalweni zalo (Malaki 4:2).
Lencazelo emangaliayo inomqondo omkhulu!
Iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha abantu kade bembozwe
ngubumnyama besono, ukugula nokufa. Usathane
nongunkulunkulu waleliswe esiphila kulo manje uziphuphuthekisile
izingqondo zabantu ukuba bangazi ngoNkulunkulu weqiniso nonothando.
Kodwa
uma umbuso kaJesu usufika ukubisisa nokusebenza kabantu bezinhlangu
ezahlukakene, “Ilanga lokulunga liyakukhazimula” lokhu kuqondaniswe
noJesu okobe kungumsebenzi wakhe ukukhanyisela nokubusisa umhlaba wonke
oyobe uyibandla lahe.
Kuyoba
bayakwabelana naye (uJesu) kulowo msebenzi ujesu awutholile.
Kuyoba
kukhulu kangakaninin ukusindiswa kulesosikhathi kunalokho osekuke
isikhathi zinghle kunezabantu, ngakho masiqhubeke nokukhuleka emhlabeni,
njengoba yenziwa namanje eZuluwini. Uma
lemikhuleko isphenduliwe lokho kobe kuyiqiniso elaphrofethwa ngumphrofrthi
u-Isaya lokuthi abobe bephila kulesosikhathi abaseyikusho ukuthi ngiyagula.
Funda Isaya 33:24
UJehova
“yoinyanga enkulu” ngokubhala komlobi.
Yena othethelele zonke izono, owelaphe zonke izifo zabo, osindise
zonke izimpilop zabokufeni, yena owabele uthando nokulunga kubo waphidna
wabapha umusa owanelise imilomo yabo ngakho konke okuhle, obuyise ubuhle
babo njengokhozi. Funda aMahubo
(103:3-5). Ngabe lokhu
okushiwo nguJehova kucace kangakanani ezintweni eziningi esezike zazanywa
ngabantu. Isono esaqeda
inhlonipho emthethweni kaJehova okuyisona nesaletha ukugula nokufa kubo.
Ngemuva
kwezinhlupheko eziningi kanye kwakhe kulesisikhathi.
Ngokwecebo likaNkulunkulu laba sebekonyeliswe kodwa hhayi
ngokwempilo yenyama manje, kodwa ngenkazimulo, ngenhloso yokwabelana naye
kwinsidiso yabo bonke abantu esifweni zabo nanokuqhuba inguna phakade
kubobonke abayokwamukela isimemo esithi.
“Woza uthabathe amanzi okhuphila ngesihle.”
“Inkosi
yomusa ibe nani nonke nibe nokuthula anibusise uJehova wezizwe zonke,
Amen.”
To Return to Home
Page click on Chart.

Email
with questions
or comments
about this web site.

|